Kwathi uPilatu ezwa lelo zwi, wamkhiphela ngaphandle uJesu, wahlala esihlalweni sokwahlulela endaweni ebizwa ngokuthi, Indawo egandaywe ngamatshe, kodwa ngesiHeberu iGabatha.
IsAmbulo 16:16 - Baasraak Zulu New Testament Bible Wabahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iArmagedoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iHarmagedoni. IsiZulu 2020 Wayesebahlanganisela endaweni ebizwa ngesiHebheru ukuthi iHarmagedoni. Contemporary Zulu Bible 2024 Wabahlanganisela endaweni ethiwa ngesiHeberu iArmagedoni. |
Kwathi uPilatu ezwa lelo zwi, wamkhiphela ngaphandle uJesu, wahlala esihlalweni sokwahlulela endaweni ebizwa ngokuthi, Indawo egandaywe ngamatshe, kodwa ngesiHeberu iGabatha.
Yena waphuma ethwele isiphambano sakhe, waya endaweni ebizwa ngokuthi iNdawo Yokhakhayi, ethiwa ngesiHeberu iGolgotha;
Kukhona-ke eJerusalema ngasesangweni lezimvu ichibi elithiwa ngesiHeberu iBethesda, linemipheme eyisihlanu.
Kuthe sesiwile phansi sonke emhlabathini, ngezwa izwi likhuluma kimi ngolimi lwesiHeberu, lithi: ‘Sawulu, Sawulu, ungizingelelani na? kulukhuni kuwe ukukhahlela izinkandi.
Laba bayakulwa neWundlu, kepha iWundlu liyakubanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi, neNkosi yamakhosi;
Zazinenkosi phezu kwazo, ingelosi yakwalasha, egama layo ngesiHeberu lingu-Abadoni, kepha ngesiGreki inegama lokuthi uApoliyoni.