Nokho-ke yilowo nalowo kini makathande umkakhe njengalokhu ezithanda yena; nomfazi makahloniphe indoda yakhe.
1 kaPetru 3:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible bebona inkambo yenu emhlophe kanye nokwesaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ebona inkambo yenu emhlophe esekwesabeni. IsiZulu 2020 kepha ngokubona inkambo yenu emsulwa, esekwesabeni. Contemporary Zulu Bible 2024 bebona inkambo yenu emhlophe kanye nokwesaba. |
Nokho-ke yilowo nalowo kini makathande umkakhe njengalokhu ezithanda yena; nomfazi makahloniphe indoda yakhe.
Nina zinceku, thobelani abaphathi benu ngokwenyama, ngokwesaba nangokuthuthumela, ngobuqotho bezinhliziyo zenu, njengakuKristu;
Kuphela ukuhamba kwenu makube njengokufanele ivangeli likaKristu, ukuze kuthi noma ngiza nginibona, noma ngingekho, ngizwe izindaba zenu, ukuthi nime niqinile emoyeni munye, nganhliziyonye nilwela ukukholwa kweNkosi. ivangeli;
Ngokuba indaba yethu isezulwini; lapho futhi silindele khona uMsindisi, iNkosi uJesu Kristu.
Nina zinceku, lalelani ezintweni zonke amakhosi enu ngokwenyama; kungabi ngokukhonza kwamehlo njengabathokozisa abantu; kodwa ngobuqotho benhliziyo, ngokwesaba uNkulunkulu;
Makungabikho-muntu odelela ubusha bakho; kepha yiba yisibonelo kwabakholwayo ngezwi, nangenkambo, nangothando, nangokholo, nangokuhlanzeka.
nibe nenkambo enhle phakathi kwabezizwe, ukuze kuthi, benihleba ngathi ningabenzi bokubi, babone imisebenzi yenu emihle abayoyibona, badumise uNkulunkulu ngosuku lokuhanjelwa.
Ngokunjalo, bafazi, thobelani amadoda enu; ukuze kuthi, uma bekhona abangalilaleli izwi, bazuzwe ngaphandle kwezwi ngenkambo yabafazi;
Ukuhloba kwenu makungabi ngokokwangaphandle, okokwaluka izinwele, nokokufaka igolide, noma okokwembatha izingubo;
Ngakho njengoba zonke lezi zinto zizancibilika, kufanele libe ngabantu abanjani ekuhambeni konke okungcwele lokumesaba uNkulunkulu?