UMose wayesebiza amalunga akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Hambani nizithathele amawundlu ngokwemindeni yenu, nihlabe iphasika.
UNumeri 9:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ukuthi bolenza iphasika. IsiZulu 2020 UMose wabatshela abantu bakwa-Israyeli ukuthi bayolenza iphasika. Contemporary Zulu Bible 2024 UMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ukuba baligcine iphasika. |
UMose wayesebiza amalunga akwa-Israyeli, wathi kuwo: “Hambani nizithathele amawundlu ngokwemindeni yenu, nihlabe iphasika.
Ngosuku lweshumi nane lwaleyo nyanga ngakusihlwa niyakuligcina ngesikhathi salo esinqunyiweyo; ngokwezimiso zalo zonke nangokwemithetho yalo anoligcina.”
Balenza-ke iphasika ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane ngakusihlwa ehlane laseSinayi; njengakho konke uJehova amyala ngakho uMose, benze njalo-ke abantwana bakwa-Israyeli.