UNumeri 7:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngosuku lwesithupha ngu-Eliyasafa indodana kaDehuweli, isikhulu sabantwana bakwaGadi. IsiZulu 2020 Ngosuku lwesithupha kwakungu-Eliyasafa, indodana kaDehuweli, umholi wabozalo lukaGadi. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngosuku lwesithupha u-Eliyasafa indodana kaDehuweli, isikhulu sabantwana bakwaGadi, wanikela. |
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaGadi kwakungu-Eliyasafa indodana kaDehuweli.
Nesizwe sakwaGadi: isikhulu sabantwana bakwaGadi siyakuba ngu-Eliyasafa indodana kaRehuweli.
Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo kaShelumiyeli indodana kaSurishadayi.