neqoma lesinkwa esingenamvubelo, amaqebelengwane empuphu ecolekileyo exovwe namafutha, nemiqathane engenamvubelo, egcotshwe ngamafutha, nomnikelo wempuphu nowokuphuzwa walokho.
UNumeri 6:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Umpristi uyakukuletha phambi kukaJehova, anikele ngomnikelo wakhe wesono nangowokushiswa wakhe. IsiZulu 2020 “ ‘Umphristi uyakukuletha phambi kukaSimakade, anikele ngomnikelo wakhe wesono nangowokushiswa. Contemporary Zulu Bible 2024 Umpristi kumelwe awulethe phambi kukaJehova futhi alethe umnikelo wakhe wesono nomnikelo wawo wokushiswa. |
neqoma lesinkwa esingenamvubelo, amaqebelengwane empuphu ecolekileyo exovwe namafutha, nemiqathane engenamvubelo, egcotshwe ngamafutha, nomnikelo wempuphu nowokuphuzwa walokho.
Uyakunikela ngenqama ibe ngumhlatshelo womnikelo wokuthula kaJehova kanye neqoma lesinkwa esingenamvubelo; futhi umpristi anikele ngomnikelo wayo wempuphu nangomnikelo wayo wokuphuzwa.
“AmaLevi ayakubeka izandla zawo ezinhloko zezinkunzi, wena unikele ngenye ibe ngumnikelo wesono, enye ibe ngumnikelo wokushiswa kuJehova ukwenzela amaLevi ukubuyisana.