Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 5:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

noma lapho indoda ifikelwa ngumoya wesikhwele, ibe nesikhwele ngomkayo; khona iyakumbeka owesifazane phambi kukaJehova, umpristi agcine wonke lo mthetho kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

nalapho indoda ivukwa yisikhwele, iba nesikhwele ngomkayo: iyommisa owesifazane phambi kukaSimakade, umphristi enze kuye konke okubalulwa yilo mthetho.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Noma uma kufika kuye umoya wesikhwele, abe nesikhwele ngomkayo, amlethe owesifazane phambi kukaJehova, umpristi enze kuye wonke lo mthetho;

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 5:30
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

afikelwe ngumoya wesikhwele, abenesikhwele ngomkakhe, yena engcolisiwe, noma efikelwe ngumoya wesikhwele, abenesikhwele ngomkakhe kodwa yena engangcoliswanga,


“ ‘Lowo ungumthetho wesikhwele, lapho umfazi esephansi kwendoda yakhe eduka, angcoliswe,


Indoda iyakukhululeka ebubini, kepha owesifazane uyakubuthwala ububi bakhe.’ ”