“Inje indlela yowesifazane ophingayo: uyadla, abesesula umlomo wakhe, athi: ‘Angenzanga isono.’
UNumeri 5:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE alale nenye indoda kusithekile emehlweni endoda yakhe, kufihlwe, angcoliswe, kungekho fakazi nokho ngaye, futhi engabanjwanga, IsiZulu 2020 alale nenye indoda, immithise, kufihleke endodeni yakhe, futhi angabanjwa, uzingcolisile, noma ngabe akukho fakazi nokho ngaye, futhi engabanjwanga egila lo mkhuba. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi indoda yalala naye, futhi kufihliwe emehlweni endoda yakhe futhi kugcinwe eduze, futhi ungcolile, kungekho fakazi ngokumelene naye, futhi akathathwanga ngokulunga; |
“Inje indlela yowesifazane ophingayo: uyadla, abesesula umlomo wakhe, athi: ‘Angenzanga isono.’
yaphatha isikhwama semali ngesandla sayo; iyakubuyela ekhaya ngosuku lokuhlangana kwenyanga.”
Niyethemba enkembeni yenu, nenza izinengiso, ningcolisa, kube yilowo nalowo umkamakhelwane wakhe. Pho, niyakudla ifa lezwe na?’
“ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye umuntu nophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi ziyakubulawa nokubulawa.