nezinsika zegceke nxazonke, nezinyawo zazo, nezikhonkwane zazo, nezintambo zazo.
UNumeri 4:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Amadodana kaMerari uwabale ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise; IsiZulu 2020 “Abozalo lukaMerari uyobabala ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuqondene namadodana kaMerari, kumelwe niwabale ngezizukulwane zawo ngemindeni yawo; |
nezinsika zegceke nxazonke, nezinyawo zazo, nezikhonkwane zazo, nezintambo zazo.
Lowo ungumsebenzi wemindeni yamadodana amaGereshoni etendeni lokuhlangana; okugcinwa yiwo kube phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.
kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu wobabala bonke abangena emsebenzini ukwenza umsebenzi wetende lokuhlangana.
nezinqola ezine nezinkabi eziyisishiyagalombili wazinika amadodana kaMerari ngomsebenzi wawo phansi kwesandla sika-Itamari indodana ka-Aroni umpristi.