Kepha uma ebengamqamekeli, uNkulunkulu emnikela nje esandleni sakhe, ngiyakukumisela indawo ayakubalekela kuyo.
UNumeri 35:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa niwela iJordani ningena ezweni laseKhanani, IsiZulu 2020 “Tshela abantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma niwela iJordani, ningena eKhanani, Contemporary Zulu Bible 2024 Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba liwela iJordani liye elizweni leKhanani; |
Kepha uma ebengamqamekeli, uNkulunkulu emnikela nje esandleni sakhe, ngiyakukumisela indawo ayakubalekela kuyo.
“Kuyakuthi lapho senifikile ezweni laseKhanani engininika lona libe yifa lenu, ngifake isifo sochoko endlini yezwe eniliphiweyo,
“Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni engininika lona, izwe liyakumgcinela uJehova isabatha.
“Yala abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni laseKhanani lokhu kuyizwe eliyakuba yifa lenu, izwe laseKhanani ngokwemikhawulo yalo –
ngokuba anikafiki ekuphumuleni nasefeni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.