Esizweni sabantwana bakwa-Efrayimi: yisikhulu uKemuweli indodana kaShifethani.
Esizwaneni sabozalo luka-Efrayimi: ngumholi uKemuweli, indodana kaShifethani.
Esizweni sabantwana bakwa-Efrayimi, isikhulu uKemuweli indodana kaSiftan.
Kubantwana bakwaJosefa: esizweni sabantwana bakwaManase: yisikhulu uHaniyeli indodana ka-Efodi.
Esizweni sabantwana bakwaZebuloni: yisikhulu u-Elisafani indodana kaParinaki.