Kubantwana bakwaJosefa: esizweni sabantwana bakwaManase: yisikhulu uHaniyeli indodana ka-Efodi.
Emadodaneni kaJosefa: esizwaneni sabozalo lukaManase: ngumholi uHaniyeli, indodana ka-Efodi.
Isikhulu sabantwana bakwaJosefa, esizweni sabantwana bakwaManase, singuHaniyeli indodana ka-Efodi.
Esizweni sabantwana bakwaDani: yisikhulu uBuki indodana kaJogili.
Esizweni sabantwana bakwa-Efrayimi: yisikhulu uKemuweli indodana kaShifethani.