Wabuye wakhulelwa, wazala indodana, wathi: “Lokhu uJehova ezwe ukuthi ngiyazondwa, ungiphile nalena futhi,” waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.
UNumeri 34:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esizweni sabantwana bakwaSimeyoni: nguShemuweli indodana ka-Amihudi. IsiZulu 2020 “Esizwaneni sabozalo lukaSimeyoni: nguShemuweli, indodana ka-Amihudi. Contemporary Zulu Bible 2024 Esizweni sabantwana bakwaSimeyoni: uSemuweli indodana ka-Amihudi. |
Wabuye wakhulelwa, wazala indodana, wathi: “Lokhu uJehova ezwe ukuthi ngiyazondwa, ungiphile nalena futhi,” waqamba igama layo ngokuthi uSimeyoni.
“Ngasemkhawulweni wakwaBenjamini, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uSimeyoni uyakuba nesabelo.