Basuka e-Elimi; ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma ezweni laseGibithe.
UNumeri 33:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basuka eRefidimi, bamisa ehlane laseSinayi. IsiZulu 2020 Basuka eRefidimi, bakanisa ehlane iSinayi. Contemporary Zulu Bible 2024 Basuka eRefidimi, bamisa ehlane laseSinayi. |
Basuka e-Elimi; ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma ezweni laseGibithe.
Abantwana bakwa-Israyeli basuka ehlane laseSinayi amabanga ngamabanga; ifu lema ehlane lasePharanu.