kepha uma bengaweli nani behlomile, bayakunikwa ifa phakathi kwenu ezweni laseKhanani.”
UNumeri 32:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni baphendula bathi: “Njengalokho uJehova eshilo kuzo izinceku zakho, siyakwenze njalo. IsiZulu 2020 Abozalo lukaGadi nabolukaRubeni baphendula, bathi: “Kuyoba njengalokhu uSimakade eshilo kuzo izinceku zakho, siyokwenza kanjalo. Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakoGadi labantwana bakoRubeni basebephendula bathi: Njengoba iN kosi itshilo ezincekwini zakho, sizakwenza njalo. |
kepha uma bengaweli nani behlomile, bayakunikwa ifa phakathi kwenu ezweni laseKhanani.”
Siyakuwela, siye ezweni laseKhanani phambi kukaJehova sihlomile, izwe lefa lethu lisale nokho ngaphesheya kweJordani.”
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Konke osiyale ngakho siyakukwenza; nomaphi lapho usithuma khona, siyakuya khona.