Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 32:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abancane bethu, nawomkethu, nezimvu zethu, nazo zonke izinkomo zethu kuyakuba lapho emizini yakwaGileyadi,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Izingane zethu nomkethu nemfuyo yethu kuyohlala lapho emizini yakwaGileyadi,

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Abantwana bethu, labesifazana bethu, lemihlambi yethu lemfuyo yethu yonke kuzakuba lapho emadolobheni akoGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 32:26
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni bakhuluma kuMose, bathi: “Izinceku zakho ziyakwenza njengalokhu inkosi yami iyala.


Kepha omkenu, nabancane benu, nezinkomo zenu – ngiyazi ukuthi ninezinkomo eziningi – bayakuhlala emizini yenu engininike yona,


Omkenu, nabantwana benu, nezinkomo zenu bayakuhlala ezweni uMose aninika lona ngaphesheya kweJordani; kepha nina niyakuwela phambi kwabafowenu nihlomile, nonke nina maqhawe anamandla, nibasize,


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase babuya, bamuka kubantwana bakwa-Israyeli eShilo eliyizwe laseKhanani ukuba baye ezweni lakwaGileyadi, izwe lefa labo, ababelwa lona njengesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose;