Ngibona amatende aseKushani ephansi kosizi, izilenge zezwe lakwaMidiyani ziyathuthumela.
UNumeri 31:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Balwa noMidiyani, njengalokho uJehova emyalile uMose, babulala abesilisa bonke. IsiZulu 2020 Balwa nabakwaMidiyani njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose, babulala bonke abesilisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Balwa nabakwaMidiyani, njengalokho uJehova emyalile uMose; babulala bonke abesilisa. |
Ngibona amatende aseKushani ephansi kosizi, izilenge zezwe lakwaMidiyani ziyathuthumela.
Yilokhu eniyakukwenza: Niyakuchitha nokuchitha bonke abesilisa nabo bonke abesifazane abake balala nendoda.”
Kwabuthana bonke abakwaMidiyani, nama-Amaleki, nabasempumalanga, bawela, bamisa esiGodini saseJizreyeli.
UDavide walichitha izwe, akashiyanga muntu ephilile, owesilisa nowesifazane, wathatha izimvu, nezinkabi, nezimbongolo, namakamela, nezingubo, wabuya, wafika ku-Akhishi.