kuleso naleso sizwe njalo anoyithuma empini inkulungwane ezizweni zonke zakwa-Israyeli.”
UNumeri 31:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwase kunikelwa ezinkulungwaneni zakwa-Israyeli inkulungwane kuleso naleso sizwe, izinkulungwane eziyishumi nambili, zihlonyiselwe impi. IsiZulu 2020 Ezinkulungwaneni zabakwa-Israyeli kwaqokwa inkulungwane kuleso naleso sizwana, amadoda ayehlomile; ayizi-12 000. Contemporary Zulu Bible 2024 Ezinkulungwaneni zakwa-Israyeli kwakhishwa inkulungwane esizweni, izinkulungwane eziyishumi nambili zihlomele impi. |
kuleso naleso sizwe njalo anoyithuma empini inkulungwane ezizweni zonke zakwa-Israyeli.”
UMose wabathuma empini, kwaba yinkulungwane kuleso naleso sizwe, bona noFinehasi indodana ka-Eleyazare umpristi, baye naye empini ephethe impahla yendlu engcwele namacilongo okuhlaba umkhosi esandleni sakhe.