Lowo ungumthetho wesifo sochoko engutsheni yoboya bezimvu noma kweyelineni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba wokusho ukuthi kuhlambulukile noma kungcolile.
UNumeri 30:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yilezo izimiso uJehova ayala ngazo uMose phakathi kwendoda nomkayo, naphakathi kukayise nendodakazi yakhe isentsha endlini kayise. IsiZulu 2020 Yilezo izimiso, uSimakade ayala ngazo uMose, eziyoba phakathi kwendoda nomkayo, uyise nendodakazi engaganile esahlala kubo. Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizimiso uJehova ayala ngazo uMose phakathi kwendoda nomkayo, phakathi kukayise nendodakazi yakhe isebusheni bayo endlini kayise. |
Lowo ungumthetho wesifo sochoko engutsheni yoboya bezimvu noma kweyelineni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba wokusho ukuthi kuhlambulukile noma kungcolile.