Zonke izithembiso nazo zonke izifungo ezibophayo zokuthobisa umphefumulo, indoda yakhe ingaziqinisa, noma indoda yakhe izenze ize.
UNumeri 30:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uma indoda yakhe ithula nokuthula kuye izinsuku ngezinsuku, iyaqinisa zonke izithembiso zakhe nazo zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; iziqinisile, ngokuba ithulile kuye ngosuku eyazizwa ngalo; IsiZulu 2020 Kodwa uma indoda yakhe ithulile ayasho lutho kuye, kwadlula izinsuku ngezinsuku, iyaziqinisa zonke izifungo zakhe nazo zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; iziqinisile, ngokuba ithulile ngosuku eyezwa ngalo. Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uba indoda yakhe ithule kuye insuku ngensuku; Khona-ke uyakuqinisa zonke izithembiso zakhe noma zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; uyakuqinisekisa, ngokuba wathula naye mhla ekuzwa. |
Zonke izithembiso nazo zonke izifungo ezibophayo zokuthobisa umphefumulo, indoda yakhe ingaziqinisa, noma indoda yakhe izenze ize.