“Amadodakazi kaSelofehadi akhulume kahle; uyakuwanika nokuwanika izwe eliyifa phakathi kwabafowabo bakayise ngokulidlulisela kuwo ifa likayise.
UNumeri 27:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Wokhuluma kubantwana bakwa-Israyeli ngokuthi: ‘Uma umuntu efa engenandodana, wolidlulisela ifa lakhe kuyo indodakazi yakhe. IsiZulu 2020 “Abantu bakwa-Israyeli uyobatshela, uthi: ‘Uma umuntu efa engenandodana, ifa lakhe liyodluliselwa endodakazini yakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi kumelwe ukhulume kubantwana bakwa-Israyeli uthi: ‘Uma umuntu efa engenandodana, kumelwe nilidlulisele ifa lakhe endodakazini yakhe. |
“Amadodakazi kaSelofehadi akhulume kahle; uyakuwanika nokuwanika izwe eliyifa phakathi kwabafowabo bakayise ngokulidlulisela kuwo ifa likayise.