Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe, uJakobe namadodana akhe: nguRubeni izibulo likaJakobe.
UNumeri 26:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yebo, bona abaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, njengalokho uJehova eyalile uMose nabantwana bakwa-Israyeli abaphuma ezweni laseGibithe.” IsiZulu 2020 “Balani bonke abaneminyaka engama-20 kuya phezulu, abaphuma eGibhithe njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose nabantu bakwa-Israyeli.” Nampa-ke abakwa-Israyeli abaphuma eGibhithe: Contemporary Zulu Bible 2024 Bala inani labantu, kusukela koneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu; njengalokho uJehova emyalile uMose nabantwana bakwa-Israyeli, abaphuma ezweni laseGibithe. |
Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe, uJakobe namadodana akhe: nguRubeni izibulo likaJakobe.
Kwathi ngalona lolo suku uJehova wakhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.
UJehova wakhuluma kuMose ehlane laseSinayi etendeni lokuhlangana ngolokuqala lwenyanga yesibili ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo eGibithe, wathi:
OMose no-Eleyazare umpristi bakhuluma nabo emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko, bathi:
URubeni, izibulo lika-Israyeli: amadodana kaRubeni: kwaHanoki: ngumndeni wakwaHanoki; kwaPhalu: ngumndeni wakwaPhalu;