UNumeri 26:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni yamadodana ka-Efrayimi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu ayisihlanu. Lawo angamadodana kaJosefa ngemindeni yawo. IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni yabozalo luka-Efrayimi, ababalwayo babeyizi-32 500. Lebo kwakungabozalo lukaJosefa ngemindeni yabo. Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizizukulwane zabantwana bakwa-Efrayimi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu amahlanu. Lawa angamadodana kaJosefa ngezizukulwane zawo. |
Amadodana kaBenjamini ngemindeni yawo: kwaBela: ngumndeni wakwaBela; kwa-Ashibeli: ngumndeni wakwa-Ashibeli; kwa-Ahiramu: ngumndeni wakwa-Ahiramu;