Kubantwana bakwaJosefa, okungukuthi kubantwana bakwa-Efrayimi, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili, bonke abangaphuma impi:
UNumeri 26:35 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lawa angamadodana ka-Efrayimi ngemindeni yawo: kwaShuthela: ngumndeni wakwaShuthela; kwaBekeri: ngumndeni wakwaBekeri; kwaThahani: ngumndeni wakwaThahani. IsiZulu 2020 Abozalo luka-Efrayimi ngemindeni yabo yilaba: kuShuthela: ngumndeni wabakwaShuthela; kuBhekheri: ngumndeni wabakwaBhekheri; kuThahani: ngumndeni wabakwaThahani. Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamadodana ka-Efrayimi ngemindeni yawo: kwaSutela: ngumndeni wakwaSutela; kwaBegeri umndeni wakwaBhakri; kwaThahani: ngumndeni wakwaThahani. |
Kubantwana bakwaJosefa, okungukuthi kubantwana bakwa-Efrayimi, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili, bonke abangaphuma impi:
Yileyo eyimindeni kaManase; ababalwayo kubo babeyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nambili namakhulu ayisikhombisa.