UNumeri 26:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE kwaShemida: ngumndeni wakwaShemida; kwaHeferi: ngumndeni wakwaHeferi. IsiZulu 2020 kuShemida: ngumndeni wabakwaShemida; kuHeferi: ngumndeni wabakwaHeferi. Contemporary Zulu Bible 2024 kwaSemida: ngumndeni wakwaSemida; kuHeferi umndeni wakwaHeferi. |
USelofehadi indodana kaHeferi wayengenamadodana enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi ayengoMahela, noHogila, noMilka, noTirisa.
Abanye abantwana bakwaManase babelwa nabo ngemindeni yabo: abantwana bakwa-Abiyezeri, nabantwana bakwaHeleki, nabantwana bakwa-Asiriyeli, nabantwana bakwaShekemi, nabantwana bakwaHeferi, nabantwana bakwaShemida; labo babe ngabantwana besilisa bakwaManase indodana kaJosefa ngemindeni yabo.