UNumeri 26:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana ka-Isakare ngemindeni yawo: kwaThola: ngumndeni wakwaThola; kwaPhuva ngumndeni wakwaPhuva; IsiZulu 2020 Abozalo luka-Isakhare ngemindeni yabo yilaba: kuThola: ngumndeni wabakwaThola; kuPhuva ngumndeni wabakwaPhuva; Contemporary Zulu Bible 2024 Amadodana ka-Isakare ngemindeni yawo: kwaThola: ngumndeni wakwaThola; kwaPhuwa isizwe samaPhuni; |
Kubantwana bakwa-Isakare, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:
Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Isakare; isikhulu sabantwana bakwa-Isakare siyakuba nguNethaneli indodana kaSuwari;