Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.
UNumeri 26:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana kaJuda: ngo-Eri no-Onani; o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. IsiZulu 2020 Amadodana kaJuda: u-Eri no-Onani. U-Eri no-Onani bafela eKhanani. Contemporary Zulu Bible 2024 Oonyana bakaJuda ngu-Eri no-Onani; u-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. |
Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.
Kubantwana bakwaJuda, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: