“Yima manje neziphonso zakho nobuningi bamalumbo akho okhandlekile kukho kwasebusheni bakho; mhlawumbe uyakusizakala, mhlawumbe uyakubanga uvalo.
UNumeri 22:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Imbongolo yayibona ingelosi kaJehova, yazigqula odongeni, yalimaza unyawo lukaBileyamu ngasodongeni; wabuye wayishaya. IsiZulu 2020 Imbongolo yaphinde yayibona ingelosi kaSimakade, yagudla yencika ngasodongeni, kwalimala unyawo lukaBhileyamu. Waphinde wayishaya. Contemporary Zulu Bible 2024 Imbongolo yabona ingelosi kaJehova, yazicindezela odongeni nonyawo lukaBileyamu odongeni, wamshaya futhi. |
“Yima manje neziphonso zakho nobuningi bamalumbo akho okhandlekile kukho kwasebusheni bakho; mhlawumbe uyakusizakala, mhlawumbe uyakubanga uvalo.
Ingelosi kaJehova yayisima endleleni engumngcingo phakathi kwezivini, kwaba ludonga ngalapha nodonga ngalapha.
Ingelosi kaJehova yaqhubeka yema endaweni eminyeneyo, lapho kwakungekho khona indlela yokujika ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.