UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wanikela amaKhanani; bawaqothula kanye nemizi yawo; igama laleyo ndawo lathiwa iHorma.*
UNumeri 22:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE UBalaki indodana kaSipori wabona konke akwenzile u-Israyeli kuwo ama-Amori. IsiZulu 2020 UBhalaki, indodana kaZiphori, wakubona konke u-Israyeli ayekwenze kuma-Amori. Contemporary Zulu Bible 2024 UBalaki indodana kaSipori wakubona konke u-Israyeli akwenza kuma-Amori. |
UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wanikela amaKhanani; bawaqothula kanye nemizi yawo; igama laleyo ndawo lathiwa iHorma.*
Kwase kuvuka uBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi, walwa no-Israyeli; wathuma wabiza uBileyamu indodana kaBeyori ukuba aniqalekise,
Pho, ungcono yini kunoBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi, na? Wake waphikisana no-Israyeli, wake walwa nabo na?