Akube yizona ezahlulela abantu ngezikhathi zonke, kulethwe kuwe zonke izindaba ezinkulu; kepha zonke izindaba ezincane zahlulelwe yizo uqobo, kuze kube lula kuwe, zithwalisane nawe.
UNumeri 15:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abamfumana etheza izinkuni bamyisa kuMose naku-Aroni nakuyo yonke inhlangano. IsiZulu 2020 Labo abamfumana etheza izinkuni, bamletha kuMose no-Aroni nakuyo yonke inhlangano. Contemporary Zulu Bible 2024 Abamfumana etheza izinkuni bamyisa kuMose naku-Aroni nakuyo yonke inhlangano. |
Akube yizona ezahlulela abantu ngezikhathi zonke, kulethwe kuwe zonke izindaba ezinkulu; kepha zonke izindaba ezincane zahlulelwe yizo uqobo, kuze kube lula kuwe, zithwalisane nawe.
Abantwana bakwa-Israyeli besesehlane bafumana umuntu otheza izinkuni ngosuku lwesabatha.