Igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi iKibiroti Hathawa,* ngokuba bambela abantu abafisayo.
UNumeri 11:35 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantu basuka eKibiroti Hathawa, baya eHaseroti; bahlala eHaseroti. IsiZulu 2020 Abantu basuka eKibhirothi Hathava, baya eHazerothi; bahlala eHazerothi. Contemporary Zulu Bible 2024 Abantu basuka eKibroti-Hathava baya eHaseroti; wahlala eHaseroti. |
Igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi iKibiroti Hathawa,* ngokuba bambela abantu abafisayo.
Lawa angamazwi uMose awakhuluma kubo bonke abakwa-Israyeli ngaphesheya kweJordani ehlane e-Araba, malungana neSufi, phakathi kwePharanu, neThofeli, neLabani, neHaseroti, neDi Zahabi,