UNumeri 10:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguShelumiyeli indodana kaSurishadayi. IsiZulu 2020 Phezu kweqembu lesizwana sabozalo lukaSimeyoni kwakunguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi. Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguSelumiyeli indodana kaSurisadayi. |
Lase lisuka ibhanela* lekamu* likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwalelo bandla kwakungu-Elisuri indodana kaShedewuri.
Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaGadi kwakungu-Eliyasafa indodana kaDehuweli.
Ngosuku lwesihlanu nguShelumiyeli indodana kaSurishadayi, isikhulu sabantwana bakwaSimeyoni.