UNehemiya 3:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Eceleni kwakhe kwakha abantu baseJeriko, naseceleni kwabo kwakha uZakuri indodana ka-Imri. IsiZulu 2020 Eduze kwakhe kwakwakha amadoda aseJerikho, kwathi ingxenye elandelayo yakhiwa nguZakhari, indodona ka-Imri. Contemporary Zulu Bible 2024 Eceleni kwakhe kwakha amadoda aseJeriko. Eceleni kwabo kwalungisa uSakuri indodana ka-Imri. |
ISango Lezinhlanzi lakhiwa ngamadodana kaHasenawa; abeka imishayo yalo, bamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo.