Ngukuqhuma kwesiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, namahhashi agadulayo, nezinqola ezixhumayo;
UJoweli 2:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isimo sabo sinjengesimo samahhashi, bagijima njengabamahhashi. IsiZulu 2020 Ukubukeka kwabo kufana nesimo samahhashi, bagijima njengabagibele amahhashi empi. Contemporary Zulu Bible 2024 Ukubonakala kwabo kunjengokubonakala kwamahhashi; nanjengabagibeli bamahhashi, kanjalo bayakugijima. |
Ngukuqhuma kwesiswebhu, nomsindo wokugodlozela kwamasondo, namahhashi agadulayo, nezinqola ezixhumayo;
Nesimo sesikhonyane sasifana namahhashi alungiselwe ukulwa, nasemakhanda aso kukhona okunjengemiqhele efana negolide, nobuso bunjengobuso babantu;