UJobe 8:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi: IsiZulu 2020 Wayesethatha uBhilidadi, umShuhi, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 UBhilidadi umShuhi waphendula wathi: |
Lapho abangane abathathu bakaJobe sebezwe ngakho konke lokho okubi okumehleleyo, bafika kuye bevela, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe: ngu-Elifazi umThemani, noBilidadi umShuhi, noSofari umNahama; bavumelana ukuba baye bamkhalele, bamduduze.
Awuthetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami, na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini; uyakungifunisisa, kepha angiyikubakho.”