“Banejubane ebusweni bamanzi; izabelo zabo ziqalekisiwe emhlabeni; abasayikuphendukela endleleni yezivini.
UJobe 5:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mina ngibonile isiwula sigxilile, kepha ngaqalekisa indlu yaso ngokuzumayo. IsiZulu 2020 Ngisibonile isiwula sisimama siba nezimpande, ngase ngiqalekisa indlu yaso ngokuphazima kweso. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngabona isiwula simila, kodwa ngaze ngaqalekisa indawo yaso yokuhlala. |
“Banejubane ebusweni bamanzi; izabelo zabo ziqalekisiwe emhlabeni; abasayikuphendukela endleleni yezivini.
Liyini ithemba longenaNkulunkulu, nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe, na?
kepha angivumelanga ulimi lwami ukuba lone ngokucela ukuphila kwakhe ngesifungo
Ngokuba ababusisiweyo bakhe bazakulidla ifa lomhlaba, kepha abaqalekiswa nguye bazakuchithwa.
Noma ababi behluma njengotshani, nezigangi noma ziqhakaza zonke, kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.
Ngokuba kulotshiwe eNcwadini yamaHubo ukuthi: “Umuzi wakhe mawube yihlane, kungabikho ohlala kuwo,” nokuthi: “Isikhundla sakhe asithathwe ngomunye.”