UJobe 4:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kwanyenyiselwa kimi izwi, indlebe yami yabamba ukunyenyezwa kwalo. IsiZulu 2020 “Izwi lafika isinyenyela kimi, indlebe yami yezwa ukunyenyeza kwalo. Contemporary Zulu Bible 2024 Manje kwalethwa kimi okuthile ngasese, futhi indlebe yami yemukela okuncane kwakho. |
Bheka, lokhu kungamaphethelo nje ezindlela zakhe, izwi lokunyenyeza nje elizwakalayo ngaye; indumo yamandla akhe, ngubani obeyakuyiqonda na?”
Ephusheni nasembonweni wasebusuku, lapho abantu behlelwe ngubuthongo obunzima, bozela emacansini,
Ngokuba manje sibona esibukweni kalufifi; kepha lapho sobukana ubuso nobuso; manje ngazi inxenye, kepha lapho, ngiyakwazi ngokuphelele, njengokuba kade ngaziwa ngokuphelele.