Ubumnyama nethunzi lokufa maluphiwe khona, kuhlale ifu phezu kwalo; okwenza mnyama usuku makulwesabise.
UJobe 3:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ubusuku lobo isigayegaye masibubambe; mabungajabuli phakathi kwezinsuku zomnyaka, bungangeni phakathi komumo wezinyanga. IsiZulu 2020 Lobo busuku mabubanjwe yisigayegaye sobumnyama, bungathokozi phakathi kwezinsuku zonyaka, lungabalwa phakathi kwezinsuku zenyanga. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha ngalobo busuku, mabumehlele; makungahlanganiswa nezinsuku zomnyaka, kungangeni esibalweni sezinyanga. |
Ubumnyama nethunzi lokufa maluphiwe khona, kuhlale ifu phezu kwalo; okwenza mnyama usuku makulwesabise.