Kepha ake welule isandla sakho, uthinte konke anakho, impela uyakukuthuka ebusweni bakho.”
UJobe 3:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. IsiZulu 2020 Emveni kwalokho uJobe wakhuluma; waqalekisa usuku lwakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. |
Kepha ake welule isandla sakho, uthinte konke anakho, impela uyakukuthuka ebusweni bakho.”
Bahlala phansi naye emhlabathini izinsuku eziyisikhombisa nobusuku obuyisikhombisa, akukhulumanga muntu kuye, ngokuba babona ukuthi usizi lwakhe lwalulukhulu kakhulu.
Kepha ake welule isandla sakho, uthinte amathambo akhe nenyama yakhe, impela uyakukuthuka ebusweni bakho.”
“Makubhubhe usuku engazalwa ngalo, nobusuku obathi: ‘Ukhulelwe umntwana wesilisa.’
Maye kimina, mame, ukuthi ungizalile, ngibe ngumuntu wokuphikisana nokuxabana emhlabeni wonke! Angibizanga inzalo, futhi akubizwanga inzalo kimi, nokho bayangiqalekisa bonke.