Khona wakhuluma uSolomoni, wathi: “UJehova ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.
UJobe 26:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyasibekela ubuso besihlalo sakhe sobukhosi; uyeneka ifu lakhe phezu kwaso. IsiZulu 2020 Usibekela ubuso besihlalo sakhe sobukhosi, aneke ifu lakhe phezu kwaso. Contemporary Zulu Bible 2024 Ubamba ubuso besihlalo sakhe sobukhosi futhi wendlala ifu lakhe phezu kwaso. |
Khona wakhuluma uSolomoni, wathi: “UJehova ushilo ukuthi uyakuhlala esigayegayeni.
Amafu nobumnyama kuyamphahla; ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.
Abantu bema kude; uMose wasondela ebumnyameni obunzima, lapho ekhona uNkulunkulu.
Akuyikukhuphuka muntu nawe, kungabonakali muntu entabeni yonke, futhi kungaklabi zimvu nazinkomo ngaphambi kwaleyo ntaba.”
yena yedwa onokungafi, ehlala ekukhanyeni okungenakusondelwa kukho, ongazange abonwe muntu, nongebonwe; makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.