Ngalezo zinsuku kwakukhona iziqhwaga emhlabeni, nangasemuva futhi, lapho amadodana kaNkulunkulu engena kuwo amadodakazi abantu, awazalela abantwana. Lana ayengamadodana asendulo anamandla, anegama lodumo.
UJobe 26:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Izithunzi ziyathuthumela phansi kwamanzi kanye nabakhelwane bawo. IsiZulu 2020 “Izithunzi ziyathuthumela phansi kwamanzi, nakho konke okuhlala kuwo. Contemporary Zulu Bible 2024 Kubunjwa okufileyo ngaphansi kwamanzi, nabakhileyo kuwo. |
Ngalezo zinsuku kwakukhona iziqhwaga emhlabeni, nangasemuva futhi, lapho amadodana kaNkulunkulu engena kuwo amadodakazi abantu, awazalela abantwana. Lana ayengamadodana asendulo anamandla, anegama lodumo.
Ngokuba kalokhu ngakube ngilele, ngithule; khona ngakube ngilele ubuthongo nginokuphumula
Abafileyo uyakubenzela isimangaliso na? Ziyakuvuka yini izithunzi, zikubonge, na? Sela*