UJobe 13:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ngiyakukhuluma kuSomandla; ngifuna ukuphikisana noNkulunkulu. IsiZulu 2020 Kepha ngizokhuluma kuSomandla, ngifisa ukuqagulisana noNkulunkulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyakukhuluma nokukhuluma noMninimandla onke, ngithande ukukhuluma noNkulunkulu. |
Bheka, uyakungibulala, anginathemba; nokho ngiyakuvikela izindlela zami ebusweni bakhe.
sengathi angaba khona ongizwayo nantu uphawu lwami, makangiphendule uSomandla – ngibe nencwadi ayilobileyo omelana nami!
“Kodwa mina bengiyakumfuna uNkulunkulu; kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami,
“Lethani indaba yenu,” usho uJehova, “nisondeze izizathu zenu,” isho iNkosi kaJakobe.
Zwanini, zintaba, ukuphikisana kukaJehova, nani zisekelo zomhlaba eziqinileyo, ngokuba uJehova unokuphikisana nabantu bakhe, uyakumelana nabo.