Mina nginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhuphula ezweni laseGibithe; khamisa umlomo wakho, ngiwugcwalise.
UDuteronomi 5:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. IsiZulu 2020 “ ‘Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. |
Mina nginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhuphula ezweni laseGibithe; khamisa umlomo wakho, ngiwugcwalise.
Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.’ ”
ukuba bonke bazise iNdodana, njengokuba bazisa uYise. Ongayazisi iNdodana kamazisi noYise oyithumileyo.
“Xwayani funa inhliziyo ikhohliswe, niphambuke, nikhonze abanye onkulunkulu, nikhuleke kubo,