“Imizi eniyakuyinika amaLevi iyakuba yimizi eyisithupha yokuphephela, eniyakuyinika umbulali ukuba abalekele kuyo; ngaphandle kwayo niyakuwanika imizi engamashumi amane nambili.
UDuteronomi 4:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona uMose wahlukanisa imizi emithathu ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga IsiZulu 2020 UMose wehlukanisa imizi emithathu phesheya kweJordani ngasempumalanga Contemporary Zulu Bible 2024 UMose wanquma imizi emithathu ngaphesheya kweJordani ekuphumeni kwelanga; |
“Imizi eniyakuyinika amaLevi iyakuba yimizi eyisithupha yokuphephela, eniyakuyinika umbulali ukuba abalekele kuyo; ngaphandle kwayo niyakuwanika imizi engamashumi amane nambili.
“Awuyikususa umncele womakhelwane wakho ababewubeka abadala efeni lakho oyakulidla ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika ukuba ulidle.
uyakuzahlukanisela imizi emithathu phakathi kwezwe lakho akunika lona uJehova uNkulunkulu wakho ukuba ulidle.
ukuba umbulali abalekele khona, obulala umakhelwane wakhe kungengamabomu, ebekade engamzondi, wothi aphile uma ebalekela komunye waleyo mizi: