Isitha selulile isandla saso phezu kwakho konke okumnandi kwalo, ngokuba sibonile ukuthi abezizwe bangene endlini yalo engcwele, owabayala ukuthi abayikungena ebandleni lakho.
UDuteronomi 23:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Olimele emasendeni noma enqunyiwe umphambili akanakungena ebandleni likaJehova. IsiZulu 2020 “Olimele emasendeni noma onqunywe umphambili akanakungena ebandleni likaSimakade. Contemporary Zulu Bible 2024 Olinyazwe ngamatshe noma enqunyiwe isitho sakhe, makangangeni ebandleni likaJehova. |
Isitha selulile isandla saso phezu kwakho konke okumnandi kwalo, ngokuba sibonile ukuthi abezizwe bangene endlini yalo engcwele, owabayala ukuthi abayikungena ebandleni lakho.
Akakho umJuda nomGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.
Abantwana besizukulwane sesithathu abazalwa yibo bayakungena ebandleni likaJehova.
“ ‘Makaqalekiswe olala nomkayise, ngokuba wambulile umphetho wengubo kayise.’ “Bonke abantu bayakusho ukuthi: ‘Amen.’