maliwele ekhanda likaJowabe nakuyo yonke indlu kayise. Makungaphuthi endlini kaJowabe ukuba kube khona ocucuzayo, nonochoko, nozimelelayo ngodondolo, nowayo ngenkemba, noswele isinkwa.”
UDuteronomi 21:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE onke amalunga alowo muzi oseduze nobuleweyo ayakuhlamba izandla zawo phezu kwesithokazi esaphulelwe intamo esigodini, IsiZulu 2020 Wonke amalunga alowo muzi oseduze nalapho kubulawelwe khona lowo muntu, ayogeza izandla zawo phezu kwesithole esephulwe intamo esigodini. Contemporary Zulu Bible 2024 Wonke amadoda amadala alowo muzi aseduze kwalabo abanqotshiweyo kumelwe ageze izandla zawo phezu kwenkomo enqunywe ikhanda esigodini. |
maliwele ekhanda likaJowabe nakuyo yonke indlu kayise. Makungaphuthi endlini kaJowabe ukuba kube khona ocucuzayo, nonochoko, nozimelelayo ngodondolo, nowayo ngenkemba, noswele isinkwa.”
Ngikhulule ecaleni legazi, Nkulunkulu, Nkulunkulu wensindiso yami. Khona ulimi lwami luyakuhubela ukulunga kwakho.
Ngokuba noma ugeza ngesoda,* uzithathele insipho eningi, ububi bakho bulotshiwe phambi kwami,” isho iNkosi uJehova.
aphendule athi: ‘Izandla zethu azichithanga leli gazi, namehlo ethu awakubonanga.
kodwa yona kanye nokudla nokuphuza nokugeza okuyizinhlobonhlobo iyizimiso zenyama kuphela ezibekiweyo, kuze kufike isikhathi sokupheleliswa kwezinto.