Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDaniyeli 1:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wayesethi uDaniyeli encekwini, induna yabathenwa ebiyibeke phezu koDaniyeli, noHananiya, noMishayeli, no-Azariya:

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Wayesethi uDaniyeli encekwini, induna yabathenwa eyayibekwe phezu koDaniyeli, uHananiya, uMishayeli, no-Azariya:

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Khona-ke uDaniyeli wathi kuMelzari owabeka induna yezikhulu phezu kukaDaniyeli, uHananiya, uMishayeli no-Azariya:

Uka jalj uñjjattʼäta



UDaniyeli 1:11
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Induna yabathenwa yathi kuDaniyeli: “Mina ngiyesaba ukuthi inkosi yami, inkosi, emisile ukudla kwenu nokuphuza kwenu, iyakubona ubuso benu ukuba buxhozekile kunabafana abayintanga yenu, nilifake engozini ikhanda lami enkosini.”


“Ake ulinge izinceku zakho izinsuku eziyishumi, basiphe imifino yokudla namanzi okuphuza.


Inceku yayisisusa isabelo sokudla newayini lokuphuza, yabapha imifino.


UDaniyeli wayeseya endlini yakhe, wazisa oHananiya, noMishayeli, no-Azariya, abangane bakhe, le ndaba