Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngikhumulile isambatho sami, ngingasifaka kanjani? Ngigezile izinyawo zami, ngingazingcoliselani na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Sengiyikhumulile ingubo yami, ngingaphinde ngiyigqoke kanjani? Sengizigezile izinyawo zami, sengingazigcoliselani na?

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ngakhumula ingubo yami; ngizoyigqoka kanjani ngigeze izinyawo zami; ngingabangcolisa kanjani na?

Uka jalj uñjjattʼäta



IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:3
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wathi: “Bhekani, makhosi, ake niphambuke, ningene endlini yenceku yenu, nihlale ubusuku, nigeze izinyawo zenu andukuba nivuke ekuseni kusasa, nihambe indlela yenu.” Zathi: “Qha, siyakuhlala phandle.”


Umphefumulo wevila uyafisa, ungatholi lutho, kepha imiphefumulo yabakhutheleyo iyakhuluphaliswa.


Ivila lithi: “Kukhona ingonyama ngaphandle; ngiyakubulawa phandle esigcawini.”


Ungasho kumakhelwane wakho ukuthi: “Hamba, ubuye, ngiyakukunika kusasa,” lapho kukhona kuwe.


Umyeni esalibele, zozela zonke, zalala.


yena-ke ophakathi aphendule athi: ‘Ungangihluphi; sekuvaliwe emnyango, nabantwana bami balele kanye nami; anginakuvuka, ngikunike,’ na?