“Nkosi, umfana wami ulele endlini, ufe uhlangothi, ukhwelwe kakhulu ngubuhlungu.”
Mathewu 8:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi kuyo: “Mina ngizakuza ngimphulukise.” IsiZulu 2020 UJesu wayesethi kuyo: “Mina ngizakuza ngimphulukise.” Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wathi kuye: Mina ngizakuza ngimphulukise. Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wathi kuye: Mina ngizakuza ngimphulukise. |
“Nkosi, umfana wami ulele endlini, ufe uhlangothi, ukhwelwe kakhulu ngubuhlungu.”
Induna yekhulu yaphendula yathi: “Nkosi, angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami, kepha yisho izwi nje, khona umfana wami uyakusinda.
UJesu wayesehamba nawo. Kepha engasekude nendlu, induna yekhulu yathumela kuye abahlobo, bathi kuye: “Nkosi, ungazihluphi, ngokuba angifanele ukuba ungene phansi kophahla lwami.