Kepha uJesu ekwazi lokho wamuka lapho. Bamlandela abaningi, wabaphulukisa bonke.
Mathewu 8:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi. IsiZulu 2020 Kwathi lapho uJesu ehla entabeni, walandelwa yizixuku eziningi. Baasraak Zulu New Testament Bible Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi. Contemporary Zulu Bible 2024 Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi. |
Kepha uJesu ekwazi lokho wamuka lapho. Bamlandela abaningi, wabaphulukisa bonke.
Kwase kusondela kuye izixuku eziningi zinezinyonga, nezimpumputhe, nezimungulu, nezilima, nabanye abaningi, zababeka ngasezinyaweni zakhe; wabaphulukisa,
Izixuku eziningi zamlandela zivela eGalile, naseDekapholi, naseJerusalema, naseJudiya, nangaphesheya kweJordani.
Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.”
UJesu wasuka kanye nabafundi bakhe, waya ngaselwandle; isixuku esikhulu samlandela sivela eGalile, naseJudiya,
Kwayilapho ukukhuluma ngaye kwanda kakhulu. Zabuthana izixuku eziningi ukuzwa nokuphulukiswa ezifweni zazo.