Ngakho-ke uma nina enibabi nazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye.
Mathewu 7:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? IsiZulu 2020 noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? Baasraak Zulu New Testament Bible Noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? Contemporary Zulu Bible 2024 Noma icela inhlanzi, ayinike inyoka na? |
Ngakho-ke uma nina enibabi nazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu uYihlo osezulwini uzakubapha okuhle abacela kuye.
“Noma ngumuphi umuntu kini ongathi, uma indodana yakhe icela isinkwa, ayinike itshe,
Njengokuba uMose waphakamisa inyoka ehlane, kanjalo iNdodana yomuntu imelwe ukuphakanyiswa
Kepha nginovalo lokuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zingadukiswa, ziyeke ubuqotho nobumhlophe ngakuKristu.